Futhi ningabizwa ngokuthi abaholi; ngokuba munye umholi wenu, uKristu.
Ngiyakudakisa imicibisholo yami ngegazi , inkemba yami idle inyama, ngegazi lababuleweyo nelabathunjwa , kuqala kuwo amakhanda abaholi bezitha.
Ngokuba abaholi beholil e kwa-Israyeli, ngokuba abantu bezinikela ngenhliziyo, bongani uJehova.
Abaholi ba phela kwa -Israyeli, banqamuka, ngaze ngavuka mina Debora , ngavuka ngingunina kwa-Israyeli.
Ngokuba nasemihleni kaDavide neka -Asafa kwasendulo kwakukhona abaholi babahlabeleli kanye nezihlabelelo zokudumisa nezokubonga uNkulunkulu.
Ngalokho-ke vuselelanani, nakhane njengokuba futhi nikwenza. Mabazise abaholi babo, balulekane