Skip to Content

"abakwesabayo"

7 occurrences in ZUL

Yeka ubukhulu bomusa wakh o obagodlele wona abakwesabayo , owenzele bona ababalekela kuwe, phambi kwabantwana babantu.

Abakwesabayo ubanike ibhanela ukuba liphakanyiswe ngenxa yeqiniso. Sela

Ngingumngane wabo bonke abakwesabayo, abagcina iziyalezo zakho.

Abakwesabayo bayakujabula lapho bengibona , ngokuba ngethemba izwi lakho.

Mabaphendukele kimi abakwesabayo nabaziyo ubufakazi bakho.

Ningasho ukuthi kuluzungu konk e abakushoyo laba bantu ukuthi kuluzungu, ningesabi abakwesabayo, nibe novalo ngakho.

Ngalokho ngiyakubakhethela izinhlupho , ngibehlisele abakwesabayo , ngokuba ekubizeni kwami kwakungekho ophendulayo , nasekukhulumeni kwami abezwanga , kepha benza okubi emehlwen i ami , bakhetha lokhu engingathokozanga ngakho.