Skip to Content

"abayizimpofana"

5 occurrences in ZUL

Yathumba lonke iJerusalema , nazo zonke izikhulu , nawo onke amaqhawe anamandla, abathunjwa abayizinkulungwane eziyishumi , nezinyanga zonke zemisebenzi, nabakhandi; akushiywanga muntu ngaphandle kwabantu abayizimpofana bezwe.

Kepha induna yabalindi yashiya abantu bezwe abayizimpofana ukuba baphathe izivini namasimu.

ukuze aphakamise abayizimpofana nabadabukiley o baphakanyiselwe ukusindiswa.

Abantu abathile abayizimpofana, nabantu abaseleyo ababesele emzini , nabahlubukileyo behlubukela enkosini yaseBabele , nesixuku esiseleyo uNebuzaradani induna yabalindi wabathumba.

Kepha uNebuzaradani induna yabalindi washiya abantu abathile bezwe abayizimpofana ukuba baphathe izivini namasimu.