Uma beningabezwe, izwe belizakuthanda okwalo , kepha lokhu ningesibo abezwe kodwa nganikhetha mina ezweni, kungalokho izwe linizonda.
Mina ngibanikile izwi lakho ; izwe labazonda, ngokuba bengesibo abezwe, njengalokhu nami angisiye owezwe.
Abasibo abezwe, njengalokhu nami angisiye owezwe.