no-Eliyohenayi, noJahakhoba, noJeshohaya, no-Asaya, no-Adiyeli, noJesimiyeli, noBenaya,
no-Adaya kaJerohamu kaPhashuri kaMalikhiya noMahasayi ka -Adiyeli kaJahizera kaMeshulamu kaMeshilemiti ka-Imeri,
U-Azimaveti indodana ka -Adiyeli wayephethe ingcebo yenkosi ; uJonathani indodana ka-Uziya wayephethe izinto emasimini , nasemizini, nasemizaneni, nasezinqabeni;