Skip to Content

"ahithubi"

15 occurrences in ZUL

u-Ahiya indodana ka -Ahithubi, umfowabo ka-Ikabodi indodana kaFinehasi ka-Eli, umpristi kaJehova eShilo , wayembethe ingubo yamahlombe. Abantu babengazi ukuthi uJonathani uhambile.

UDowegi wakwa-Edomi owayemi ngakuzo izinceku zikaSawule waphendula wathi: Ngabona indodana kaJese iza eNobi ku -Ahimeleki indodana ka - Ahithubi.

Inkosi yayisithumela ukubiza u -Ahimeleki umpristi, indodana ka-Ahithubi, nendlu yonke kayise, abapristi ababeseNobi; beza bonke enkosini.

USawule wathi: Yizwa-ke, wena ndodana ka-Ahithubi. Waphendula wathi: Ngilapha, nkosi.

Omunye wamadodana ka -Ahimeleki indodana ka -Ahithubi ogama lakhe lingu-Abiyathara wabaleka, wamlandela uDavide.

uSadoki indodana ka -Ahithubi no-Ahimeleki indodana ka -Abiyathara babe ngabapristi; uSeraya wayengumbhali;

uMerayoti wazala u-Amariya; u-Amariya wazala u-Ahithubi;

u-Ahithubi wazala uSadoki; uSadoki wazala u-Ahimahasi;

u-Azariya wazala u-Amariya; u-Amariya wazala u-Ahithubi;

u-Ahithubi wazala uSadoki; uSadoki wazala uShalumi;

noMerayoti indodana yakhe , no-Amariya indodana yakhe , no-Ahithubi indodana yakhe,

no-Azariya kaHilikiya kaMeshulamu kaSadoki kaMerayoti ka -Ahithubi, umphathi wendlu kaNkulunkulu,

uSadoki, indodana ka-Ahithubi, no-Abimeleki indodana ka -Abiyathara, babe ngabapristi; noShawusha wayengumbhali;

kaShalumi kaSadoki ka-Ahithubi

noSeraya kaHilikiya , kaMeshulamu, kaSadoki, kaMerayoti, ka-Ahithubi, umphathi wendlu kaNkulunkulu;