Yilowo nalowo wenzalo ka -Aroni onochoko noma ocucuzayo aka yikudla izinto ezingcwele aze ahlambul uke. Nalowo othinta okungcolile ngabafileyo , noma umuntu oshaywa yizibuko,
Kepha aka vumanga lowo muntu ukuh lala lobo busuku , kodwa wavuka wahamba, wafika malungana neJebusi eliyiJerusalema ; kwakukhona naye izimbongolo ezimbili ziboshelwe izihlalo; nesancinza sakhe sasinaye.
Kepha uSolomoni wakha indlu yakhe iminy aka eyishumi nantathu , wayiqeda indlu yakhe yonke.
Wawusuvinjezelwa umuzi kwaze kwaba ngumny aka weshumi nanye wenkosi uSedekiya.
Abantu baseNineve bakholwa nguNkulunkulu; bamemezela ukuzila ukudla, bembatha izindwangu zamas aka, kusukela kwabakhulu babo kwaze kwaba kwabancane.
Ngosuku lwamashumi amabili nane lwenyanga yeshumi nanye eyinyanga kaShebati ngomny aka wesibili kaDariyu izwi likaJehova lafika kuZakariya indodana kaBerekiya ka-Ido, umprofethi, lathi: