Abulala amadodana kaSedekiya phambi kwamehlo akhe , akhipha amehlo kaSedekiya, ambopha ngamaketanga, amyisa eBabele.
Ama-Aramu esebonile ukuthi anqotshiwe phambi kuka -Israyeli, athuma izithunywa, akhipha ama -Aramu ayephesheya koMfula noShofaki induna yempi kaHadarezeri phambi kwawo.
Ababi banjengolwandle olunyakazisiweyo , ngokuba alunakuphumula , namanzi alo akhipha udaka nobishi.