Ngokuba ukuphakanyiswa akuveli empumalang a nasentshonalanga nasehlane lasezintabeni,
Ababoni bayakuba namahloni, ababhuli bayangaze; bayakumboza amadevu abo bonke, ngokuba akuveli mpendulo kuNkulunkulu.
Bheka, akuveli kuJehova Sebawot i ukuthi abantu bakhandlekela umlilo , izizwe zizikhathaze ngokuyize, na?
Baphendula, bathi kuye: Kanti nawe ungowaseGalile na? Phenyisisa, ubone ukuthi akuveli mprofethi eGalile.
Lokho kuyenga akuveli konibizayo.
Ngokuba ngomusa nisindisiwe ngokukholwa ; nalokhu akuveli kini , kuyisipho sikaNkulunkulu;
akuveli ngemisebenzi, ukuze kungabikho ozibongayo.
Zivelaphi izimpi , nokulwa kuvelaphi phakathi kwenu na ? Akuveli yini lapho ezinkanukweni zenu ezilwayo ezithweni zenu na?
ngokuba konke oku sezweni, inkanuko yenyama , nenkanuko yamehlo , nokuzigabisa ngalokhu kuphila, akuveli kuYise, kodwa kuvela ezweni.