Skip to Content

"akuyikunqunywa"

5 occurrences in ZUL

Ngalokho, Jehova Nkulunkulu ka -Israyeli, gcina nenceku yakho uDavide ubaba lokho owakusho kuyo ukuthi : Akuyikunqunywa muntu kuwe emehlweni ami ukuhlala esihlalweni sobukhosi sakwa -Israyeli, uma kuphela abantwana bakho beqaphela indlela yabo ukuba bahambe phambi kwami , njengalokho wena uhambe phambi kwami.

ngiyakusimisa isihlalo sobukhosi sombuso wakho kwa -Israyeli kuze kube phakade, njengalokho ngasho kuDavi de uyi hlo ukuthi : Akuyikunqunywa muntu kuwe esihlalweni sobukhosi sakwa-Israyeli.

Ngalokho, Jehova Nkulunkulu ka -Israyeli, gcina nenceku yakho uDavide ubaba lokho owakusho kuyo ukuthi : Akuyikunqunywa muntu kuwe emehlweni ami ukuhlala esihlalweni sobukhosi sakwa -Israyeli, uma kuphela abantwana bakho beqaphela indlela yabo uk uba bahambe e mthethweni wami, njengalokho wena uhambe phambi kwami.

ngiyakusimisa isihlalo sobukhosi sombuso wakho njengesivumelwano sami noDavide uyihlo ngokuthi: Akuyikunqunywa muntu kuwe ukuba kungabikho mbusi kwa-Israyeli.

Ngokuba usho kanje uJehova , uthi: Akuyikunqunywa kuDavide umuntu oyakuhlala esihlalweni sobukhosi sendlu ka-Israyeli,