Kuyakufezwa kungakabi yisikhathi, negatsha lakhe alisayikuba luhlaza.
Ilanga alisayikuba ngukukhanya kuwe emini , nenyanga ayisayikukukhanyisela ngokukh azimula ebusuku ; uJehova uyakuba ngukukhanya okuphakade kuwe, uNkulunkulu wakho abe ludumo lwakho.
Alisayikuba yithemba kuyo indlu yakwa -Israyeli, likhumbuza ngokona lapho bebaphendukela, bazi ukuthi ngiyiNkosi uJehova.