Skip to Content

"amadlambi"

6 occurrences in ZUL

Ngokufutha kwamakhala akh o amanzi anqwabeleka ; izifufula zema njengenqwaba, amadlambi ashuqa phakathi kolwandle.

Utwa lubizana notwa ekuhlokomeni kwezimpophoma zakho ; onke amadlambi akho namaza akho eqile phezu kwami.

Kuyangisinda ukuthukuthela kwakho ; amadlambi akho onke ayangicindezela phansi. Sela

Wena uyabusa ukukhukhumala kolwandle; uma kuphakama amadlambi alo, uyawathulisa.

Ngokuba wakhuluma , wavusa umoya wesipheph o owaphakamisa amadlambi olwandle.

Wangiphonsa ekujuleni, enhliziyweni yolwandle, umfula wangihaqa; onke amadlambi akho namaza akho adlula phezu kwami.