Skip to Content

"amadwala"

4 occurrences in ZUL

Wathi: Phuma, ume entabeni phambi kukaJehova . Bheka, uJehova wadlula, umoya omkhulu onamandla wadabula izintaba , waphahlaza amadwala phambi kukaJehova ; kepha uJehova wayen gekho emoyeni; emva komoya kwazamazama umhlaba ; kepha uJehova wayengekho ekuzamazameni komhlaba;

Waqhekeza amadwala ehlane, wabaphuzisa njengasotweni olujulileyo.

Ungqoqwane waseLebanon i uyashiya yini amadwala asendle , namanzi aqandayo agobhoza kude ayakusha, na?

Bheka-ke, isihenqo sethempeli sadabuka kabili , kusukela phezulu kuze kufike phansi; umhlaba wazamazama, amadwala aqhekezeka;