"amafasitele"
15 occurrences in ZUL
imibundu, namafasitele avaliweyo , nemipheme nxazonke eyelakanyene kathathu malungana nombund u, kwembeswe umuthi nxazonke , kusukela phansi kuze kube semafasiteleni; amafasitele ayemboziwe;
Induna inkosi eyencika esandleni sayo yaphendula umuntu kaNkulunkulu , yathi: Bheka, uma uJehova enza amafasitele ezulwini , le nto ingenzeka kanjani na ? Wathi: Bheka, uyakukubona ngamehlo akho , ungadli kukho kodwa. Abanochoko basemnyango waseSamariya. Ukubaleka kwama-Aramu
induna yaphendula umuntu kaNkulunkulu , yathi: Bheka, noma uJehova ewenza amafasitele ezulwini , le nto ingenzeka na ? Wathi: Bheka, uyakukubona ngamehlo akho, ungadli kukho kodwa.
Kuyakuthi obalekela umsindo wokwesab a awele emg odini; okhuphuka emgodini uyakubanjwa lugibe , ngokuba amafasitele aphezulu avuliwe , nezisekelo zomhlaba ziyazamazama.
othi: Ngiyakuzakhela indlu enkul u namakamelo abanzi , ayibhobozele amafasitele, bese yembeswa ngemisedari, ibhecwe ngebomvu!
Kwakukhona amafasitele avaliweyo , kuwo amakamelo nakuzo izinsika ngaphakathi kwesango nxazonke , kanjalo nakuyo imen gamo; kwakukhona amafasitele nxazonke ngaphakathi namasundu ezinsikeni.
Amafasitele alo, nemengamo yalo, namasundu alo kwakunjengesilinganiso sesango elibheke ngasempumalanga; bakhuphukela kulo ngezinyathelo eziyisikhombisa; imengamo yalo yayiphambi kwalezi.
Kwakukhona amafasitele kulo nakuyo imengamo yalo nxazonke njengamafasitele angenhla; ubude babuyizingalo ezingamashumi ayisihlanu , nobubanzi buyizingalo ezingamashumi amabili nanhlanu.
Amakamelo alo abalindi , nezinsika zalo , nemengamo yalo kwakunjengezilinganiso zasenhla ; kwakukhona amafasitele kulo nakuyo imengamo nxazonke ; ubude balo babuyizingalo ezingamashumi ayisihlanu , nobubanzi balo babuyizingalo ezingamashumi amabili nanhlanu.
namakamelo alo abalindi, nezinsika zalo , nemengamo yalo njengezilinganiso zasenhla; kwakukhona amafasitele kulo nakuyo imengamo yalo nxazonke ; ubude babuyizingalo ezingamashumi ayisihl anu, nobubanzi buyizingalo ezingamashumi amabili nanhlanu.
namakamelo alo abalindi, nezinsika zalo , nemengamo yalo ; kwakukhona amafasitele kulo nxazonke ; ubude babuyizingalo ezingamashumi ayisihlanu , nobubanzi buyizingalo ezingamashumi amabili nanhlanu.
Kwakukhona amafasitele avaliweyo namasundu ngalapha nangalapha emaceleni ompheme , nasemakamelweni ezinhlangothi zendlu , nasesivikelweni.