Nxa nihlaba umkhosi , amakamu asohlangothini lwasempumalanga ayakusuka.
Nanxa nihlaba umkhosi ngokwesibili , amakamu asohlangothini lwaseningizimu ayakusuka; bayakuhlaba umkhosi ekusukeni kwabo.
Lase lisuka ibhanela lekamu labant wana bakwaDani elalisemva kwawo onke amakamu ngamabandla abo ; phezu kwebandla lakhe kwakungu - Ahiyezeri indodana ka-Amishadayi.
Yonke imizi yabo yasezindaweni , lapho bebehlala khona , nawo onke amakamu abo bakushisa ngomlilo.
uwuvimbezele, wakhe inqaba ngakuwo , uwunqwabele iduli , umise amakamu ngakuwo, ubeke ngakuwo nxazonke izinqama zokungqubuza.
bheka, ngalokho ngiyakukunikela kwabasempumalanga , ube yifa labo , bamise amakamu abo phakathi kwakho , babeke amakhaya ab o kuwe, badle isithelo sakho, baphuze ubisi lwakho.