Skip to Content

"amaketanga"

9 occurrences in ZUL

Wenze kuso isihlangu sesifuba amaketanga njengamagoda , umsebenzi othandelweyo wegolide elicwengekileyo.

Wowafaka amaketanga omabili athandelweyo ngegolide emasongweni omabili emaceleni esihlangu sesifuba.

Benza esihlangwini sesifuba amaketanga njengamagoda , umsebenzi othandelweyo wegolide elicwengekileyo.

Base befaka amaketanga omabili egolide athandelweyo emasongweni omabili emaceleni esihlangu sesifuba.

Wenza amaketanga egumbini , wawabeka ezihlokweni zezinsika ; wenza amapomegranati ayikhulu, wawabeka emaketangeni.

Yisithombe yini esibunjiwe yisisebenzi, sanamekwa ngegolide ngumkhandi, sancibilikiselwa amaketanga esiliva, na?

Ungibiyele ukuze ngingaphumi, wenza amaketanga ami ukuba asinde.

ngokuba wayeseboshwe kaningi ngawozankosi nangamaketanga , kepha amaketanga ayegqashuliwe nguye nawozankosi babephuliwe , kungekho noyedwa owayenamandla okumthambisa.

Bheka, yafika ingelosi yeNkosi , kwakhanya ukukhanya etilongweni , yamshaya uPetru ohlangothini , yamvusa ithi : Shesha usuk ume. Ayesewa amaketanga ezandleni zakhe.