Kuthe uFinehasi umpristi , nezikhulu zenhlangano , izinhloko zemindeni yakwa-Israyeli ezazinaye sezizwile amaz wi akhulunywa ngabantwana bakwaRubeni, nangabantwana bakwaGadi , nangabantwana bakwaManase , kwaba kuhle emehlweni abo.
Futhi abanamadlozi , nabathakathi, namatherafi, nezithombe, nazo zonke izinengiso ezazibonwa ezweni lakwaJuda naseJerusalema uJosiya wakuqeda ukuba afeze amaz wi omthetho alotshwe encwadini uHilikiya umpristi ayifumanayo endlini kaJehova.
Angichezukanga emyalweni wezindebe zakhe ; ngizibekele amaz wi akhe kunezimiso zami.
Washaya amaz ibulo onke aseGibithe , okokuqala kwamandla abo ematendeni kaHamu.
Hambani, nime nikhulume ethempelini kubantu amaz wi onke alokhu kuPhila.