Skip to Content

"amihudi"

10 occurrences in ZUL

Kubantwana bakwaJosefa: kwa-Efrayimi: u-Elishama indodana ka-Amihudi; kwaManase: uGamaliyeli indodana kaPedasuri.

Ibhanela lekamu lakwa-Efrayimi liyakuba ngasentshonalanga ngamabandla abo; isikhulu sabantwana bakwa -Efrayimi siyakuba ngu -Elishama indodana ka-Amihudi.

Ngosuku lwesikhombisa ngu -Elishama indo dana ka -Amihudi, isikhulu sabantwana bakwa-Efrayimi.

Okomhlatshelo weminikelo yokuthu la nakhu : izinkabi ezimbili , nezinqama eziyisihlanu , nezimpongo eziyisihlanu , nezimvu eziyisihlanu zamaduna ezinomnyaka munye ; lokho kwakungumnikelo ka -Elishama indodana ka-Amihudi.

Lase lisuka ibhanela lekamu labantwana bakwa-Efrayimi ngamabandla abo; phezu kwebandla lakhe kwakungu-Elishama indodana ka-Amihudi.

Esizweni sabantwana bakwaSimeyoni : nguShemuweli indodana ka - Amihudi.

Esizweni sabantwana bakwaNafetali : yisikhulu uP edaheli indodana ka - Amihudi.

Kepha u -Abisalomu wabaleka , waya kuTalimayi indodana ka -Amihudi, inkosi yaseGeshuri. UDavide walilela indodana yakhe zonke izinsuku.

noLadani indodana yakhe , no-Amihudi indodana yakhe , no-Elishama indodana yakhe,

ngu-Uthayi ka-Amihudi ka-Omri ka-Imri kaBani kubantwana bakwaPheresi kaJuda.