Anikaqondi yini ukuthi konke okungena emlonyeni kuya esiswini , kuze kulahlelwe ngaphandle na?
Anikaqondi yini, futhi anizikhumbuli izinkwa eziyisihlanu zezinkulungwane eziyisihlanu nokuthi nabutha iziqabetho ezingaki na?
UJesu ekwazi wathi kubo : Yini ukuba niphendulane ngokuthi aninazinkwa na? Anikaboni, anikaqondi, na? Inhliziyo yenu iselukhuni na?
Wathi kubo: Anikaqondi na? Impumputhe yaseBetsayida