Amadodana kaJetheri: ngoJefune, noPhisipha, no-Ara.
Amadodana ka-Ula: ngo-Ara, noHaniyeli, noRisiya.
abantwana bakwa -Ara: ngamakhulu ayisikhombisa namashumi ayisikhombisa nanhlanu;
Ngokuba abaningi bakwaJuda babefungile kubo , ngokuba wayengumkhwenyana kaShekaniya indodana ka -Ara; indodana uJehohanani yayithathile indodakazi kaMeshulamu indodana kaBerekiya.
abantwana bakwa -Ara: ngamakhulu ayisithupha namashumi ayisihlanu nambili;