Inkosi yayala uHilikiya umpristi , no-Ahikamu indodana kaShafani , no- Akibori indodana kaMikhaya, noShafani umbhali, no-Asaya inceku yenkosi , ithi:
Base behamba uHilikiya umpristi , no-Ahikamu, no-Akibori, noShafani, no- Asaya, baya kuHulida umprofethikazi , umkaShalumi, indodana kaThikiva kaHarihasi, umgcinizingubo -- wahlala eJ erusalema enxenyeni yesibili -- bakhuluma kuye.
no-Eliyohenayi, noJahakhoba, noJeshohaya, no-Asaya, no-Adiyeli, noJesimiyeli, noBenaya,
noShimeya indodana yakhe, noHagiya indodana yakhe, no-Asaya indodana yakhe.
KumaShiloni: ngu-Asaya izibulo namadodana akhe.
kumadodana kaMerari : ngu-Asaya inhloko nabafowabo , bengamakhulu amabili namashumi amabili;
UDavide wabiza oSadoki no -Abiyathara abapristi, namaLevi o-Uriyeli, no- Asaya, noJoweli, noShemaya, no-Eliyeli, no-Aminadaba, wathi kubo:
Inkosi yayala oHilikiya , no-Ahikamu indodana kaShafani , no-Abidoni indodana kaMika, noShafani umbhali, no-Asaya inceku yenkosi, yathi: