ukuba aqambe imisebenzi yobungcweti , asebenze ngegolide , nangesiliva, nangethusi,
nangokuqopha amatshe okufakwa , nangokuqopha imithi , yebo, ukuba asebenze imisebenzi yonke.
ukuba aqambe imisebenzi yobungcweti , asebenze ngegolide , nangesiliva, nangethusi,
nangokuqopha amatshe okufakwa , nangokuqopha imithi , ukuba asebenze yonke imisebenzi yobungcweti.
u-Aroni azulise amaLevi phambi kukaJehova abe ngumnikelo wokuzuliswa ovela kubantwana bakwa-Israyeli, aze asebenze umsebenzi kaJehova.
Umkhandi wensimbi wenza imbazo , asebenze emalahleni , ayibumbe ngezando, ayisebenze ngamandla ezingalo zakhe ; uyalamba, angabikho amandla; akaphuzi amanzi, uyadangala.
asebenze ngawo kuKristu emvusa kwabafileyo , wamhlalisa ngakwesokunene sakhe ezulwini,
Owebayo angabe eseba , kepha kunalokho akhuthale asebenze okuhle ngezandla zakhe, ukuze abe nokokwabela osweleyo.
Kepha obukisisa emth ethweni opheleleyo wenkululeko nohlala kuwo , engesiye ozwayo nje akhohlwe, kodwa engowenzayo asebenze, lowo uzakuba ngobusisiweyo ekwenzeni kwakhe.