uMosa wazala uBineya; uRafa wayeyindodana yakhe; ngu-Eleyasa indodana yakhe, ngu-Aseli indodana yakhe;
u-Aseli wayenamadodana ayisithupha; amagama awo yilawa : o-Azirikamu, noBokeru, no-Ishmayeli, noShehariya, no-Obadiya, noHanani. Bonke labo babe ngamadodana ka-Aseli.
uMosa wazala uBineya ; uRefaya wayeyindodana yakhe ; ngu-Eleyasa indodana yakhe, ngu-Aseli indodana yakhe;
u-Aseli wayenamadodana ayisithupha; amagama awo yilawa : o-Azirikamu, noBokeru, no-Ishmayeli, noShehariya, no-Obadiya, noHanani; labo babe ngamadodana ka-Aseli.
Niyakubalekela esigodini sezintaba za mi, ngokuba isigodi sezintaba siyakufinyelela e -Aseli, yebo, niyakubaleka njengalokho nabalekela ukuzamazama komhlaba ngezinsuku zika -Uziya inkosi yakwaJuda ; lapho kuzakufika uJehova uNkulunkulu wami nabo bonke abangcwele kanye nawe.