Skip to Content

"ashila"

6 occurrences in ZUL

Yebo, bangikhamisela kakhulu umlomo wabo , bathi: Ashila, ashila, iso lethu liyabona!

Mabashaqeke ngenxa yehlazo labo abathi kimi: Ashila, ashila!

Abathi ashila, ashila mababuyele emuva ngenxa yokuhlazeka kwabo.

uthi kubantwana bakwa -Amoni: Zwanini izwi leNkosi uJehova ; isho kanje iNkosi uJehova , ithi: Ngokuba wathi ashila ngendlu yami engcwele lapho yangcoliswa, nangezwe lapho lachithwa , nangendlu yakwaJuda lapho beya ekuthunjweni,

Ndodana yomuntu , ngenxa yokuba iTire lishilo ngeJerusalema ukuthi : Ashila; laphukile ebe liyisango labantu ; seliphendukele kimi; ngiyakugcwala lapho selichithekile,

Isho kanj e iNkosi uJehova , ithi: Ngokuba isitha sisho kuwe , sithi: Ashila, nokuthi: Izindawo eziphakemeyo zamandulo seziyifa lethu,