Wathi lowo muntu : Basukile lapha , ngokuba ngabezwa bethi : Asiye eDotayini. UJosefa walandela abafowabo, wabafumana eDotayini.
bahambe abakhileyo komunye , baye komunye , bathi: M asiye impela ukunxusa ebusweni bukaJehova , simfune uJehova Sebawoti ; nami ngiyakuhamba.
ngiyathokoza ngenxa yenu ukuthi bengingekho , ukuze nikholwe ; kepha asiye kuye.
Kepha bamangala bonke abezwayo , bathi: Lo asiye yini owachitha eJerusalema abakhuleka kulelo gama, nalapha uze ngalokhu ukuba abaqhube beboshiwe kubapristi abakhulu na?