USheshani wanika uJariha inceku yakhe indodakazi yakhe ibe ngumkakhe ; wamzalela u-Athayi.
U-Athayi wazala uNathani; uNathani wazala uZabadi;
no-Athayi owesithupha, no-Eliyeli owesikhombisa,
Emva kwakhe wath atha uMahakha, indodakazi ka-Abisalomu; wamzalela o-Abiya, no-Athayi, noZiza, noShelomiti.