Abantu baseGibeya bangivukela, bahaqa indlu nxazonke zami ebusuku ; bacabanga ukungibulala mina, nesancinza sami basona; sesifile.
Sebembonile ehamba phezu kolwandle , bacabanga ukuthi yisithunzi ; bakhala.
Kepha abanye bacabanga ukuthi , ngokuba uJuda ephethe isikhwama , uJesu uthi kuye : Thenga esikuswele emkhosin i, noma ukuthi kabele abampofu okuthile.
Kuthe iningizimu isaphephetha kahle , bacabanga ukuthi sebetholile ababekuqondile, bakhuphula ihange, bagudla iKrethe.
Kwathi ukuba kufike ubusuku beshumi nane sisazulazuliswa elwandle lwase-Adriya phakathi kobusuku, abomkhumbi bacabanga ukuthi bayasondela ezweni elithile.