Lungiselani abantwana bakhe ukubulaw a ngobubi bawoyise , ukuze bangavuki, badle ifa lomhlaba, bagcwalise ubuso bezwe ngemizi.
Ngezinsuku ezizayo uJakobe uyakugxila , u-Israyeli akhahlele , aqhakaze, bagcwalise ubuso bomhlaba ngezithelo.
Yena nabantu bakhe kanye naye , abesabekayo bezizwe , bayakulethwa ukuba bachithe izwe , bahoshele iGibithe izinkemba zabo , bagcwalise izwe ngabagwaziweyo.
besivimbela ukukhuluma nabezizwe ukuba basindiswe, ukuze bagcwalise njalo izono zabo; kepha ulaka selufinyelele phezu kwabo ngokupheleleyo. Uthando lukaPawulu aluguqukile