Iminyaka eyishumi nambili bamkhonza uKedorlawomere, kepha ngomnyaka weshumi nantathu bahlubuka.
Ababi bahlubuka kwasesizalweni, abaqamba amanga baduka kwasesiswini.
Obaba abaqondanga izibonakaliso zakho eGibithe , abakhumbulanga ubuningi bezenzo zakho zomusa ; bahlubuka ngaselwandle , uLwandle Olubomvu.
Kaningi wabakhulula ; kepha bahlubuka ngecebo labo , bawiswa phansi ngobubi babo.
Kepha bahlubuka, badabukisa uMoya wakhe oNgcwele, waphenduka isitha sabo, walwa nabo.
babuye bahlubuka -- akunakwenzeka ukuba babuye bavuswe , baphenduke, lokhu sebezibethelela iNdodana kaNkulunkulu, bayithela ngehlazo obala.