Skip to Content

"balelo"

12 occurrences in ZUL

U-Abrahama wayesesukuma, wakhothamela abantu balelo zwe, abantwana bakwaHeti,

U-Abrahama wakhothamela ebusweni babantu balelo zwe.

Wakhuluma ku -Efroni ezindlebeni zabantu balelo zwe , wathi: Ake ungilalele: ngizakukunika imali yensimu ; yamukele kimi, ngimmbele khona ofileyo wami.

ngokuba zonke lezo zinengiso bazenza abantu balelo zwe ababekhona ngaphambi kwenu, izwe selangcola

Futhi uyakusho kubantwana bakwa -Israyeli, uthi: Yilowo nalowo wabantwana bakwa-Israyeli, noma owabafokazi abagogobeleyo kwa -Israyeli, onikela ngenzalo yakhe kuMoloki, wobulawa nokubulawa, abantu balelo zwe bamkhande ngamatshe.

Uma abantu balelo zwe besitheza kancane amehlo abo kulowo muntu, lapho enikela ngenzalo yakhe kuMoloki, bangambulali,

Kodwa ningahlubuki kuJehova, futhi ningesabi abantu balelo zwe ; ngokuba bayisinkwa kithi ; umthunzi wabo usukile phezu kwabo , kodwa uJehova unathi; ningabesabi.

UJehova uNkulunkulu ka -Israyeli wan ikela uSihoni nabo bonke abantu bakhe esandleni sakwa -Israyeli, bababulala; u-Israyeli wadla izwe lonke lama-Amori, abantu balelo zwe.

Kepha baphambuka kuNkulunkulu wawoyise , balandela ngokuphinga onkulunkulu babantu balelo zwe, uNkulunkulu abachithayo phambi kwabo.

Abantu balelo zwe base bedangalisa izandla zabantu bakwaJuda, babesabisa ekwakheni,

Abantwana ba kwa-Israyeli ababebuyile ekuthunjweni , nabo bonke ababezahlukanisele kubo nokungcola kwabezizwe balelo zwe ukuba bafune uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli badla;

Ngokuba bheka , itshe engilibeke phambi kukaJoshuwa kukhona amehlo ayisikhombisa etsheni lilodwa ngiyakuqopha ukuqoshwa kwalo , usho uJehova Sebawoti, ngidedisele kude ububi balelo zwe ngalusuku lunye.