Skip to Content

"bandla"

7 occurrences in ZUL

Abantwana bakw a-Israyeli bathi kubo : Sengathi nga safa ngesandla sikaJehova ezweni laseGibithe , lapho sasihlezi ngasemakhanzini enyama , sidla isinkwa sisutha, ngokuba nisiphumisele kuleli hlane ukuyobulala lonke leli bandla ngendlala. Abantu basuthiswa ngezigwaca nangemana*

Yilabo ababalwayo kubantwana bakwa -Israyeli ngezindlu zawoyise; bonke ababalwayo bamakamu ngama bandla abo babe yizinkulungwane ezingamakhulu ayisithupha nantathu namakhulu ayisihlanu namashumi ayisihlanu.

Kuqala lasuka ibhanela lekamu labantwana bakwaJuda ngamabandla abo ; uNaheshoni indodana ka-Aminadaba wayephezu kwalelo bandla.

Lase lisuka ibhanela lekamu likaRubeni ngamabandla abo ; phezu kwalelo bandla kwakungu-Elisuri indodana kaShedewuri.

UJehova wathi kuMose naku -Aroni: Njengokuba anikholwanga yimi ukungingcwelisa emehlweni abantwana bakwa -Israyeli, ngalokho aniyikungenisa leli bandla ezweni engibanike lona.

UMowabi wathi kumalunga akwaMidiyani: Manje leli bandla liyakukhotha konke okungakithi nxazonke , njengalokhu inkabi ikhotha utshani bedlelo . UBalaki indodana kaSipori wayeyinkosi yakwaMowabi ngaleso sikhathi.

Niyazi nani nina baseFilipi ukuthi ekuqaleni kwevangeli ekuphumeni kwami eMakedoniya kwakungekho bandla nelilodwa elahlanganyela nami endabeni yokupha nokwamukela, kuphela nina nodwa,