abathi emthini : U ngubaba, nasetsheni: Wena wangizala . Ngokuba bangifulathele, abangibheki; kepha ngesikhathi sokuhlupheka kwab o bayakusho ukuthi: Vuka, usisindise.
Bangifulathele, abangibhekanga; noma ngabafundisa ngibaxwayisa njalonjalo, abalalelanga ukuba bamukele ukulaywa.
Uyazi lokhu ukuthi bonke abase -Asiya bangifulathele, abaphakathi kwabo ngoFigelu noHermogene.