Skip to Content

"baphila"

4 occurrences in ZUL

Wathi: Babe ngabafowethu, amadodana kamame. Kuphila kukaJehova, uma benibayekile baphila, bengingayikunibulala.

Nkosi, abantu baphila ngalo kho, nokuphila komoya wami kukulokho kuphelele; ngalokho mawungiphulukise, ungiphilise.

UNkulunkulu kasiye owabafileyo kodwa owabaphilayo , ngokuba bonke baphila kuye.

Ngase ngibona izihla lo zobukhosi ; bahlala kuzo , banikwa ukwahlulela ; ngabona nemiphefumulo yababenqunywe amakhanda ngenxa yokufakaza ngoJesu nangenxa yezwi likaNkulunkulu , nalabo abangakhulekanga kuso isilo nomfanekiso waso , nabangamukelanga uphawu lwesilo ebunzini labo nasesandleni sabo ; baphila, babusa kanye noKristu iminyaka eyinkulungwane.