Abantwana bakwa -Israyeli babalwa , baphiwa ukudla , bahamba ukuhlangabezana nabo ; abakwa-Israyeli bamisa phambi kwabo njengemihlanjana emibili yamazinyane ezimbuzi , kepha ama -Aramu agcwalisa izwe.
Badla, basuthiswa kakhulu; baphiwa abakufisayo.
bacima amandla omlilo, baphepha osikweni lwenkemba, baphiwa amandla ebuthakathakeni, baba yiziqhwaga empini, baxosha izimpi zabezizwe.