Wathi lowo muntu : Basukile lapha , ngokuba ngabezwa bethi : Asiye eDotayini. UJosefa walandela abafowabo, wabafumana eDotayini.
Itende lami lichithakele , zonke izintambo zami zigqabukile ; abantwana bami basukile kimi , kabasekho; kasekho owokwelula itende lam i nowokumisa izilenge zami.