Abantwana bakwa -Israyeli bawanika amaLevi ngenkatho leyo mizi kanye namadlelo ayo, njengalokho uJehova ebeyalile ngesandla sikaMose.
Bawanika umuzi ka-Araba owayenguyise ka-Anaki, oyiHebroni, ezintabeni zakwaJuda, kanye namadlelo awo nxa zonke zawo.
wona bawanika iHebroni ezweni lakwaJuda namadlelo alizungezayo.
OKhonaniya, noShemaya, noNethaneli, abafowabo, noHashabiya noJehiyeli, noJozabadi, izinduna zamaLevi , bawanika amaLevi amawundlu ayizinkulungwane eziyisihl anu nezinkabi ezingamakhulu ayisihlanu , kube ngokweminikelo yephasika.