Yebo, abantu bami bayiziwula , abangazi; bangabantwana abayiziphukuphuku, abanakuqonda; bahlakaniphele ukwenza okubi , kepha ukwenza okuhle kabakwazi.
Ngase ngithi mina : Laba bayiz impofana nje , bayiziwula, ngokuba abayazi indlela kaJehova, ukwahlulela kukaNkulunkulu wabo.
Bayiziphukuphuku, bayiziwula bonke ; ngukulaya kwezithombe ; kungumuthi nje,