Bona nabantw ana babo babephethe amasango endlu kaJehova , indlu yetende, belinda.
OMathaniya, noBakibukiya, no-Obadiya, noMeshulamu, noThalimoni, no- Akubi babe ngabalindisango, belinda izindlu zokubekelela ngasemasangweni.
Abantu bangilalela belinda; bathula ngesiluleko sami.
Kepha induna yekhulu nababe nayo belinda uJesu sebebona ukuzamazama nalokho okwenzekileyo besaba kakhulu , bathi: Nempela lo ube yiNdodana kaNkulunkulu.
Kwakukhona abelusi kulelo zwe ababehlezi endle , belinda umhlambi wabo ebusuku.