Skip to Content

"beprofetha"

3 occurrences in ZUL

Emva kwalokho uyakufika entabeni kaNkulunkulu, lapho likhona ikhanda lamaFilisti; kuyakuthi nxa usufikile khona emzini , uhlangane neviyo labaprofethi behla endaweni ephakemeyo benogubhu , nesigubhu, negenkle, nehabhu phambi kwabo, beprofetha;

USawule wathuma izithunywa ukumthatha uDavide ; lapho zibona iviyo labaprofethi beprofetha , uSamuweli emi engumholi wabo , uMoya kaNkulunkulu wazehlela izithunywa zikaSawule, nazo zaprofetha.

Kepha uma bonke beprofetha , kungene ongakholwayo noma ongafundile , uzakuhlatshwa yibo bonke, ahlulelwe yibo bonke;