Skip to Content

"bethemba"

4 occurrences in ZUL

Bakhala kuwe, bakhululwa; bethemba wena, abaze bajabha.

Wo kubona abehlela eGibith e ukuba basizwe khona , bencike emahhashini, bethemba ezinqoleni , ngokuba ziningi, nakubo abamahhashi, ngokuba benamandla; kepha ababheki koNgcwele ka-Israyeli, noJehova abamfuni.

Akakho ome meza ngokulunga , akakho owahlulela ngeqiniso ; bethemba kokuyize, bakhuluma amanga; bakhulelwe yingozi, bazala ububi.

Babonile okuyize nokubhula kwamanga abathi : Kusho uJehova , kepha uJehova kabathumanga, kodwa bethemba ukuthi ubeyakuqinisa izwi labo.