Akashongo kimi ukuthi : U ngudadewethu, na? Naye uqobo wathi : Ungumnewethu. Ngobuqotho benh liziyo yami nangobumhlophe bezandla zami ngikwenzile lokhu.
Abantu abangemsulwa uyakubakhulula nabo , bakhululwe ngobumhlophe bezandla zakho.
Noma elula izandla zakhe phakathi kwaw o njengohlambayo elula ukuba ahlambe, uyakuthobisa ukuziphakamisa kwakhe kanye nobuhlakani bezandla zakhe.
Ngomsindo woku dubhuza kwezinselo zamahhashi akhe anamandla , nangokuduma kwezinqola zakhe , nangodumo lwamasondo akh e oyise ababheki emuva kubantwana ngenxa yobuthakathaka bezandla zabo