Skip to Content

"bezimbuzi"

10 occurrences in ZUL

nokuluhlaza, nokububende, nokubomvu, nelineni el icolekileyo, noboya bezimbuzi,

Wenze izilenge ngoboya bezimbuzi , zibe yitende phezu kwetabernakele , uzenze zibe yizilenge eziyishumi nanye.

nokuluhlaza nokububende nokubomvu , nelineni elicolekileyo , noboya bezimbuzi,

Bonke okwafunyanwa kubo okuluhlaza nokububende nokubomvu , nelineni elicolekileyo, noboya bezimbuzi , nezikhumba ezibomvu zezinqama , nezikhumba zamatahasi, bakuletha.

Bonke abesifazane abavuselwa yizinhliziyo zabo ukuhlakanipha baphotha uboya bezimbuzi.

Wazenza izilenge ngoboya bezimbuzi, zibe yitende phezu kwetabernakele ; wazenza izilenge eziyishumi nanye.

Woshisa ingubo, noma izintanjana eziqondileyo noma ezinqamulayo, noma eyoboya bezimbuzi noma eyelineni , noma into yesikhumba esikuyo isifo , ngokuba kuluchoko olubi; kuyakushiswa ngomlilo.

Nazo zonke izingubo , nakho konke okwenziwe ngesikhumba , nayo yonke imisebenzi yoboya bezimbuzi , nazo zonke izinto ezenziwe ngomuthi , niyakuziphothula mayelana nakho. Ukwahlukaniswa kwempango

UMikhali wathatha itherafi, walibeka embhedeni, wabeka isicamelo soboya bezimbuzi ngasekhanda lalo, walembesa izingubo.

Lapho izithunywa zingena, bheka, itherafi lalisembhedeni, isicamelo soboya bezimbuzi singasekhanda lalo.