"bezinceku"
8 occurrences in ZUL
Wathi uJuda : Sizakuthini enkosini yami na ? Sizakukhulumani? Sizakuzihlanguza kanjani ? UNkulunkulu ufumene ububi bezinceku zak ho; bheka, siyizigqila zenkosi yami thina naye etholakele esandleni sakhe indebe.
uHadadi wabaleka , yena nabakwa -Edomi abathile bezinceku zikayise benaye, ukuya eGibithe, uHadadi esengumntwana omncane.
Abantwana bezinceku zikaSolomoni : ngabantwana bakwaSothayi , nabantwana bakwaHasofereti, nabantwana bakwaPheruda,
Onke amaNethini nabantwana bezinceku zikaSolo moni babe ngamakhulu amathathu namashumi ayisishiyagalolunye nambili.
Abantwana bezinceku zikaSolomoni : ngabantwana bakwaSothayi , nabantwana bakwaSofereti, nabantwana bakwaPherida,
Onke amaNethini nabantwana bezinceku zikaSolomoni babe ngamakhulu amathathu namashumi ayisihiyagalolunye nambili.