Skip to Content

"bezinsuku"

6 occurrences in ZUL

ukuba umthande uJehova uNkulunkulu wakho , ulilalele izwi lakhe , unamathele kuye , ngokuba lokho kungukuphila kwakho nobude bezinsuku zakho, ukuze uhlale ezweni uJehova alifungela oyihlo, o-Abrahama, no-Isaka, noJakobe, ukubanika lona.

Ezimpungeni kukhona ukuhlakanipha, nasebudeni bezinsuku ukuqonda.

Ngiyakumsuthisa ngobude bezinsuku, ngimbonise insindiso yami.

ngokuba iyakwenezela kuw e ubude bezinsuku , neminyaka yokuphila , nokuthula.

Ubude bezinsuku busesandleni sakho sokunene , nakwesokhohlo kukhona ingcebo nodumo.

Usho kanje uJehova Sebawoti , uthi: Kusazakuhlala amaxhegu nezalukazi ezitaladini zaseJerusalema , yilowo nalowo abe nodondolo esandleni sakhe ngenxa yobuningi bezinsuku zakhe.