Ekuseni imihla ngemihla ngiyakubaqeda bonke ababi bomhlaba , ukuze nginqume emzini kaJehova bonke abenzi bokubi.
Khumbulani lokhu, nime niqinile , nibuye nicabange ezinhliziyweni zenu nina benzi bokubi.
Khona ngiyaku fakaza kubo ukuthi : Angizange nginazi ; sukani kimi nina benzi bokubi.
beyizinyevuzi, nabazonda uNkulunkulu , nezidlova, nabazidlayo, nabazigabisayo, nabaqambi bokubi, nabangalaleli abazali,
nibe nenkambo enhle phakathi kwabezizwe , ukuze kuthi lapho benihleba ngokungathi ningabenzi bokubi , ngokubona imisebenzi yenu emihle badumise uNkulunkulu ngosuku lokuhanjelwa. Ukuthobela izimiso zabantu ngenxa yeNkosi