Skip to Content

"bomuntu"

10 occurrences in ZUL

Kepha uJehova wabona ukuthi ububi bomuntu bukhulu emhlabe ni nokuthi zonke izizindlo zemicabango yenhliziyo yakhe zimbi njalo.

Amafutha nempepho kuyathokozisa inhliziyo ; bunjalo ubumnandi bomuntu ngokululeka ngenhliziyo.

ngokuba kukhona isikhathi nokwahlulela ezindabeni zonke ; nokho ububi bomuntu bukhulu phezu kwakhe,

Ubuwula bomuntu buchitha indlela yakhe , kepha inhliziyo yakhe iyamthukuthelela uJehova.

Baningi abancenga izikhulu; bonke bangabangane bomuntu wezipho.

Umbazi uyelula intambo, adwebe umuthi ngokubomvu, awenze ngezibazo, adwebe ngekompasi , awenze ngomfanekiso womuntu , ngobuhle bomuntu , ukuba uhlale endlini.

Isimo sobuso bazo sasingubuso bomuntu, zozine zinobuso bengonyama ngakwesokunene, zozine zinobuso benkomo ngakwesokhohlo , zozine zinobuso bokhozi futhi.

Yilelo nalelo lalinobuso obune ; ubuso bokuqala babungubuso bekherubi , ubuso besibili babungubuso bomuntu , obesithathu babungubuso bengonyama, nobesine babungubuso bokhozi.

kwakungubuso bomuntu bubheke isundu ngalapha , nobuso bebhongo lengonyama bubheke isundu ngalapha ; kwakwenziwe kanjalo kuyo yonke indlu nxazonke.

Pho, okuhle kwaba ngukufa kimi na ? Qha nakanye ; kepha isono , ukuba sibonakale ukuthi siyisono , sangibangela ukufa ngakho okuhle , ukuze isono ngawo umyalo sibe ngesonayo kakhulu. Ubugqila bomuntu phansi komthetho