Emva kwakhe kwakungu -Eleyazare in dodana kaDodayi indodana yomAhohi, omunye wamaqhawe amathathu ayenoDavide mhla edelela amaFilisti ayebuthene lapho ukulwa, abantu bakwa-Israyeli sebehambile;
Ngomnyaka wesibili kaPheka in dodana kaRemaliya, inkosi yakwa-Israyeli, uJothamu indodana ka-Uziya, inkosi yakwaJuda, waba yinkosi.
no-Eliyabe indodana yakhe , noJerohamu in dodana yakhe , no-Elkana indodana yakhe.
UDavide wathi: USolomoni in dodana yami usengumfana , usathambile, nendlu eyakwakhelwa uJehova nga iba nkulu , ibatshazwe, ibe negama nodumo emazweni onke ; ngizakuyilungisela. Wayeseyilungisela kakhulu uDavide engakafi.
Nokho uJerobowamu in dodana kaNebati , inceku kaSolomoni indodana kaDavide, wavuka, wahlubuka inkosi yakhe.