Kwathi u -Isaka esemdala namehlo akhe efiphele engasaboni, wabiza u - Esawu indodana yakhe enkulu , wathi kuye : Ndodana yami ! Wathi kuye : Ngilapha.
khona umpristi wobheka; uma amabala akhanyayo asesikhumbeni senyama yabo emhloshana efiphele, bheka, kuyisithembuzane esiqhamukile.