egcina izindlela zokulunga, elondoloza imikhondo yabathembekileyo bakhe.
ehamba ngezimiso zami, egcina izahlulelo zami ukuba enze iqiniso, ulungile, uyakuphila nokuphila, isho iNkosi uJehova.
Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Uma umuntu egcina izwi lami, akasoze akubona ukufa naphakade.
Ngakho-ke uma ongasokile egcina izimiso zomthetho , ukungasoki kwakhe akuyikubalwa ukuthi kungukusoka na?
Khona ongasokile ngokwemvelo , egcina umthetho , uzakwahlulela wena othi unombhalo nokusoka, weqe umthetho.