Umgodi uwumba, uwugubha, kepha ukhalakathela egebeni alenzileyo.
Abezizwe bashone phansi egebeni abalenzileyo ; unyawo lwabo lubhajwe esihibeni abasifihlileyo.
Kukhona nzuzoni egazini lam i nasekushoneni kwami egebeni na ? Uthuli luzakukudumisa yini, lushumayele iqiniso lakho, na?